2025
Isaziso mayelana nalemiyalezo yeNgqungquthela yeBandla Lonke
NgoNovemba 2025


UMyalezo waNyanga zonke we Liyahona ngoNovemba 2025

Isaziso mayelana nalemiyalezo yeNgqungquthela yeBandla Lonke

Lemiyalezo ivela kumalungu oMgwamanda wabaPhostoli abaliShumi naMbili ngesikhathi sengqungquthela yebandla lonke yango-Okthoba 2025. UMongameli uDallin H. Oaks wayengamele kwingqungquthela njengoMongameli walowo Mgwamanda. Kamuva usehlukaniselwe ukuba nguMongameli weBandla kanye noHenry B. Eyring njengoMeluleki wokuQala noD. Todd Christofferson njengoMeluleki wesiBili kubuMongameli bokuQala.