Izingane
iVangeli—iSipho Sokwabelana
iZwi ivangeli lisho zonke izifundo kanye nezimiso esinikezwe zona nguJesu Krestu kanye nabaprofethi Bakhe. iVangeli lifana njengobhasikidi ogcwele izipho ezivela kuBaba oseZulwini. Ungasiza ngokupha lezizipho kwabanye abantu. Ungabelana nobani isipho sevangeli?
Funda ivesi ngalinye kumbhalo ongcwele bese wenza uhla noma imidwebo yezipho ezinye lezo ezifakiwe evangelini.