Izingane
Ukubheka ukubona uMsindisi
uMongameli uUchtdorf wathi ngesikhathi sikaKhisimuzi kufanele sibheke izinto ezizosikhumbuza ngempilo yoMsindisi. Bheka encwadini engcwele ngokuphathelene ngezansi ukuze ufunde ngezinye yezehlakalo ezibalulekile empilweni Yakhe.
uMatewu 2:1–2
uLuka 2:46
uMatewu 15:32–38
uLuka 8:49–55
uLuka 23:33–46
uJohane 20:19–20