Izingane
Izipho Ezisinekeza Thina Isibindi
Umongameli uEyring usitshela ngezinye zezipho ezimbalwa ezisinikeza isibindi. Funda incwadi yenkolo ngayinye ngaphansi, futhi ubhale igama lesipho engxenyeni engabhaliwe. Khuluma nomndeni wakho ngokuthi kanjani lesosipho singakunikeza isibindi.
-
Izenzo 22:16
-
2 Nifayi 32:5; Johani 14:26–27
-
1 Thessalonians 5:17