Okwakha Intsha ngoNovemba 2024 nguRussell M. NelsonINkosi uJesu Kristu Izobuya FuthiUMongameli Nelson ufundisa ukuthi manje isikhathi sokwenza uJesu Kristu isisekelo sezimpilo zethu futhi silungiselele Ukuza Kwakhe Kwesibili. uDallin H. OaksUkulandela uKristuUMongameli u-Oaks ufundisa ngokubaluleka kokulandela imiyalelo kaJesu Kristu, ngokugcizelela umyalelo Wakhe wokugwema umbango. Okucashuniwe. uHenry B. EyringIlula Imfundiso KaJesu KristuUMongameli u-Eyring uyasikhuthaza ukuba sifundise imfundiso yeqiniso kaJesu Kristu kalula. Ngalokho-ke abathandekayo bethu bayokukhumbula lapho kufika izivivinyo, futhi siyobusiswa. Okucashuniwe.