Friend (Umngani) yangoMeyi 2025 nguRussell M. NelsonUkuzethemba Phambi kukaNkulunkuluUMongameli Nelson ufundisa ukuthi singaba nokwezethemba phambi kukaNkulunkulu njengoba sigcwalisa izimpilo zethu ngesihe futhi nobumsulwa. nguDallin H. OaksIzinsiza Zaphezulu zoKwasemhlabeniUMongameli u-Oaks uchaza izindlela ezahlukahlukene uBaba oseZulwini asisiza ngazo ngesikhathi sohambo lwethu emhlabeni, okuyingxenye yesu Lakhe lenqubeko yethu yaphakade. nguHenry B. Eyring“Sondelani Eduze Kwami.”UMongameli u-Eyring ufundisa ukuthi singasondela eduze koMsindisi ngomkhuleko, ukulalela isiqondiso, kanye nokusiza abanye.